Isishoshovu esilwa nobandlululo eNingizimu Afrika (1946-1977) From Wikipedia, the free encyclopedia
Bantu Stephen Biko (18 ngoZibandlela 1946 – 12 ngoMandulo 1977)[1] wabe eyisishoshovu esasilwa nobandlululo eNingizimu Afrika. Inkolelombono yakhe kwakungeyobuZwe base-Afrika kanye noCosulelwano lobu-Afrika, wayeyisibonda somkhankaso osamazingeni aphansi wokulwa nobandlulo owawaziwa ngokuthi uPhaphamo lwabansundu ngeminyaka yezi-1960s-1970s. Amasu akhe aphequzwa kuchungechunge lwemibhalo yishicilelwa ngaphansi kwegama-mbumbulu elithi Frank Talk.
Stephen Biko[1] | |
---|---|
Ubezalwa |
ngoZibendlela 18, 1946 King William's Town, eNingizimu Afrika |
Ubefa |
ngoMandulo 12, 1977 Pretoria, eNingizimu Afrika | (iminyaka ama-30)
Occupation | anti-apartheid activist |
Spouse | Ntsiki Mashalaba |
Children | Nkosinathi Biko, Samora Biko, Lerato Biko, Motlatsi Biko and Hlumelo Biko[2][3] |
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.