From Wikipedia, the free encyclopedia
Izindlovu (igama lesayensi: Elephantidae) ziyizilwane ezincelisayo ezihlala e-Afrika ne-Eshiya. Zimbili izinhlobo zezindlovu, yilezo okuthiwa indlovu yase-Afrika (Loxodonta) nendlovu yase-Eshiya (Elephas).
| ||
Umbuso (Regnum) | Animalia (Izilwane) | |
Uzalo (Phylum) | Chordata (Izilwane ezinomgogodla) | |
Iqembu (Classis) | Mammalia (Izilwane ezincelisayo) | |
Uhlelo (Ordo) | Proboscidea | |
Umndeni (Familia) | Elephantidae (Izilwane ezifana nezindlovu) | |
Izindlovu yizilwane ezikhulu emhlabeni wonke futhi yizilwane zihlakaniphile kakhulu! Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu e-Asia futhi e-Africa.[1] Zahlala indawo yonke yase-Afrika. Abantu bahlaba izindlovu ngoba bafuna izinyo lendlovu. La mazinyo ayigugu kodwa manje ezizweni zikhulu zingavumelani nomthetho ukuzithengisa[2].
Izindlovu zinamandla zinkulu. Zinesikhumba esibambene noma esihlangene kodwa zithanda ukuzibhaceka ngoba udaka luvikela izikhumba zazo elangeni futhi kwizilwanyaze. Izindlovu zinezindlebe ezinkulu. Lezi zindlebe ziyazigwagwaza futhi zisiza ukuzipholisa[3]. Kukhona izinhlobo ezimbili zezindlovu emhlabeni namuhla[4]
Izindlovu zihlala emihlambeni kodwa izinkunzi zahlala oyedwa. Uma amavukana ane-12 izinsuku zishiye umhlambi futhi ahlala kanye namavukana nentanga akhe. Izindlovu zingaphila ngaphezu kuna-60 noma 70 iminyaka kodwa ziyafa uma amazinyo azo edleka futhi azingadli kahle[5]. Izindlovu zisaba abantu kuphela kodwa uma zibuthakathaka amabhubhesi angazibulala.
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.