incazelo ephakanyiswayo yesiqapho, isimongotho, noma enye inkinga yesayensi From Wikipedia, the free encyclopedia
IsiHlawumbiselo siyincazelo ephakanyiswayo ngesimongotho esithile. Ukuze isihlawumbiselo sibe isihlawumbiselo sesayensi, indlelasu yesayensi inendingeko yokuthi umuntu kufanele akwazi ukusihlola . Ososayensi ngokuvamile basekela izihlawumbiselo zesayensi ngeziqaphelo zangaphambili ezingenakuchazwa ngokwanelisayo zemibono yesayensi ekhona. Nakuba igama elithi "isihlawumbiselo" nelithi " umbono " evame ukusetshenziswa ngokufanayo, isihlawumbiselo sesayensi asifani nombono yesayensi. Isihlawumbiselo esisebenzayo siyisihlawumbiselo esamukelwe okwesikhashana esiphakanyiselwe ucwaningo oluqhubekayo ngokwenqubo esungula ngokuqagela noma umcabango ofundile. [1]
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.