ITheku
isidlavela sesithathu ngobukhulu eNingizimu Afrika / From Wikipedia, the free encyclopedia
iTheku (isiNgisi: Durban) yisidlavela esiKwaZulu-Natali ngaphansi komkhandlusdlidli we-Theku (eThekwini Municipality). Isidlavela saseThekwini yisona esikhulu futhi esinabantu abaningi okudlula zonke ezinye izidlavela esifundazweni saKwaZulu-Natal. Liyisidlavela sesithathu esinabantu abaningi kulandela iGoli neKapa. Ichweba laseThekwini lidume ngokuba eliphithizela kunawo wonke ezwenikazi lase-Afrika, okwenza libaluleke kakhulu emnothweni wezwe laseNingizimu Afrika.
- lelikhasi limayelana nedolobha, uma ufuna elimayelana nomasipala bheka la eThekwini.
Buka imininingwane eyisigcino Izwe, Isifunda ...
ITheku | |
---|---|
eThekwini | |
Izixhumanisi: 29°53′S 31°03′E | |
Izwe | IRiphabliki waseNingizimu Afrika |
Isifunda | KwaZulu-Natal |
Metropolitan municipality | eThekwini |
Established | 1880[1] |
Ubukhulu[2] | |
• Jikelele | 225.91 km2 (87.22 sq mi) |
Inani labantu (2011)[2] | |
• Jikelele | 595,061 |
• Iqulu | 2,600/km2 (6,800/sq mi) |
First languages (2011)[2] | |
• isiNgisi | 49.8% |
• isiZulu | 33.1% |
• isiXhosa | 5.9% |
• isiBhunu | 3.6% |
• other | 7.6% |
Postal code | 4001 |
Area code | 031 |
Isizindalwazi | www.durban.gov.za |
Vala
Abantu abangahlali eduze nolwandle bavame ukuvakashela ulwandle khona lapha eThekwini, futhi iTheku libukwa njengendawo yokuziphumulela.