From Wikipedia, the free encyclopedia
""Abantu"" (iZothamlilo) bawuhlobo lwamaGanyaphambili ayinala kakhulu nasabalele, anesici esiNyawombaxa kanye nobuchopho ubukhulu nobuyinkimbinkimbi. Lokhu kube usizo entuthukweni yamathuluzi athe thuthu, isiko, kanye nolimi. Abantu banobungane kakhulu futhi bathambekele ekuhlaleni ezinhlakeni zomphakathi eziyisixhanti ezakhiwa amaqembu amaningi abambisanayo nancintisanayo, kusuka oxhoxhweni lwemindeni nabozalo kufika emibusweni yezombusazwe. Iminano yobungane phakathi kwabantu seyakhe izindlelazokuphila, imikhuba eyamukelwayo, nemidanti eminingi engafani, ezifukula umphakathi wabantu. Ilukuluku nesifiso somuntu sokuqonda nokuthonya imvelo kanye nokuchaza nokuxhaphaza imimangaliso kushukumisele isintu ekuthuthukiseni isayensi, ifilosofi, ezeziNganekwane, inkolo, neminye imikhakha yokufundwa.
| ||
Umbuso (Regnum) | Izilwane | |
Uzalo (Phylum) | ezobuntambo | |
Iqembu (Classis) | IziNcelisi | |
Uhlelo (Ordo) | ezibuChophokhulu | |
Uhlelo oluNcane (Subordo) | eziLikhalalula | |
Umndeni (Familia) | Hominidae (ezisaMenzo) | |
Umkhakha (Genus) | uMenzo | |
Uhlobo (Species) | H. sapiens (Umuntu) |
Abantu ngamadoda, nabafazi, nabafana namantombazane.
Wikimedia Commons has media related to: Umuntu |
Seamless Wikipedia browsing. On steroids.
Every time you click a link to Wikipedia, Wiktionary or Wikiquote in your browser's search results, it will show the modern Wikiwand interface.
Wikiwand extension is a five stars, simple, with minimum permission required to keep your browsing private, safe and transparent.