IMpumalanga Kapa
isifundazwe saseNingizimu Afrika / From Wikipedia, the free encyclopedia
IMpumalanga Kapa (isiXhosa: Mpuma-Koloni; isiBhunu: Oos-Kaap; IsiNgisi: Eastern Cape) yisifundazwe saseNingizimu Afrika.
Buka imininingwane eyisigcino
ibheji lesifundazwe | |
Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
Izwe | |
Isiqubulo | "Uphuhliso Ngomanyano" "Development through Unity" |
Idolobha elikhulu | eBhayi |
Ubukhuku bendawo | 168.966 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 6 562 053[1] |
Inani labantu (ngo-2019) | 6 712 276 |
Izilimi[1] | |
Izinhlanga[1] |
|
Isiqongo | iBhisho |
UNdunankulu |
Oscar Mabuyane (ANC) |
Iwebhusayithi | www.ecprov.gov.za |
Vala
Lesifundazwe sisentshonalanga yeKwaZulu-Natal. Amadolobha amakhulu kulesifundazwe Ibhayi kanye neMonti, kodwa isiqongo siseBhisho. Ngobukhulu bendawo lesifundazwe silandela iNyakatho Kapa.
Lesifundazwe sinabantu abaphuma kwi-zizwe eziningi ezinamasiko futhi nobukhosi obuhlukene kodwa ezikhuluma ulimi olulodwa lwesiXhosa njengalezi; AmaMpondomise, AbaThembu, AmaBhaca, AmaBomvana, AmaHlubi kanye nezinye.
IMpumalanga Kapa iyikhaya futhi nendabuko yabantu abanjengo; Nelson Mandela, Chris Hani, Steve Biko, Oliver Tambo kanye no Thabo Mbeki.