Isakhiwo
From Wikipedia, the free encyclopedia
Isakhiwo siwuhlaka olungungiwe olunophahla nezindonga olumi endaweni eyodwa mlibe, esifana nendlu noma umkhando. Izakhiwo zitholakala ngezinhlobonhlobi zobungako, ukuma, nezinsebenzo zazo, futhi ziye zakhiwa ngezizathu eziningi emlandweni, ngokwezithako zokwakha ezikhona, izimo zezulu zendawo, intengo yomhlaba, izimiselo zomhlabathi, ukusetshenziswa kwazo, kanye nezizathu zombalazi.
Le-athikhili iyisigcino (isiNgisi: "a stub"). Ungakwazi ukusiza uWikipedia: ngokuyikhulisa.