![cover image](https://wikiwandv2-19431.kxcdn.com/_next/image?url=https://upload.wikimedia.org/wikipedia/commons/thumb/4/44/GP_ibheji.jpg/640px-GP_ibheji.jpg&w=640&q=50)
EGoli (isifundazwe)
isifundazwe saseNingizimu Afrika / From Wikipedia, the free encyclopedia
EGoli noma IGoli (Suthu, Tswana, isiNgisi: Gauteng; Tsonga: eXilungwini; isiXhosa: iRhawuti) yisifundazwe saseNingizimu Afrika. Ngobukhulu bendawo, lesifundazwe sincane kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika, kodwa ngenani labantu lesifundazwe sinkulu kunazo zonke izifundazwe zaseNingizimu Afrika.
Buka imininingwane eyisigcino
![]() ibheji lesifundazwe | |
![]() Indawo yesifundazwe eNingizimu Afrika | |
Izwe | ![]() |
Isiqubulo | "Unity in Diversity" |
Idolobha elikhulu | iGoli |
Ubukhulu bendawo | 18.176 km² |
Inani labantu (ngo-2011) | 12 272 263[1] |
Inani labantu (ngo-2020) | 15 488 137 |
Izilimi[1] | |
Izinhlanga[1] |
|
Isiqongo | iGoli |
UNdunankulu |
David Makhura (ANC) |
Iwebhusayithi | www.gautengonline.gov.za Archived 2010-03-15 at the Wayback Machine. |
Vala
Igama elithi "Gauteng" ngesiSuthu nangesiTswana lisho ukuthi Kwindawo eneGolide ngamafuphi "iGoli" noma "eGoli" ngesiZulu. IGoli liyisifundazwe esicebile eNingizimu Afrika futhi sihlobe ngamabhilidi amakhuluku. Indawo yokuhwebela eGoli ibizwa nge-Johannesburg Stock Exchange (JSE), ise-Sandton kwelinye lamadolobha acebile e-Afrika yonkana. Amadolobha amakhulu eGoli yiGoli nePitoli.